UKUNGATHOLI izinkampani nezitolo ezaziwayo ukusabalalisa, azidayisele umkhiqizo wakhe wamakhekhe, izinkwa nokunye okubhakwayo yizona zinto ezisavimbezele impumelelo kasomabhizinisi uNkk Thobile Zungu, ...
UTHELA izithelo ezinhle umkhankaso wenhlangano kazwelonke yokusebenza nezobunhloli (i-NATJOINTS) I-Energy Safety and Security Workstream wokulwa nobugebengu bokucekela phansi ukusebenza kwe-Eskom.
BASABAMBE ongezansi abantu baseShallcross, eChatsworth, eThekwini, ngamathuna abangawazi abawabone esekhona epaki yakule ndawo. Abashayeli bamatekisi akule ndawo okukhulunywe nabo bathe lawa mathuna ...
INkantolo eNkulu yaseGoli ikuhlehlisile ukukhishwa kwesigwebo sabayisikhombisa baseChina kanye nenkampani yabo i-Beauty City (PTY) Ltd, abatholwe benecala lokuxhaphaza abasebenzi kanye nokushushumbisa ...
WEHLISA amaphaphu kwabacabanga ukuthi kuzophazamiseka ukuhlinzekwa ngemishanguzo yokuthithibalisa ingculazi kuleli, uNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Aaron Motsoaledi. Uthe elakuleli liyazithengela ama-ARV ...
KUHLATSHWE ikhwelo ebantwini abebemukela imishanguzo yokuthithibalisa ingculazi ezikhungweni ezivaliwe kuleli ngenxa yokuhoxiswa koxhaso lwaseMelika, ukuthi bangayeki ukudla le mishanguzo njengoba ...
INkantolo yeMantshi e-Aliwal North ilihlehlisile icala elibhekene no-Anelle de Bruin, 46, unkosikazi womlimi owaziwayo wendawo, osolwa ngokuhlela ukumbulala “kube sengathi bekuhlaselwa epulazini”.
Sikhulu isililo ngokwanda kwezingozi zomgwaqo ezidlula nemiphefumulo Kudingeke ukuthia kuvalwe umgwaqo isikhathi eside ukuze kuhlengwe kahle abalimele futhi kukhucululwe nendawo yesehlo.Le ngozi ...
IBONA imizamo yokuzinciphisela isigwebo kumhwebi we-Forex, osolwa ngecala lokudubula abulale abangani ababili besifazane, imindeni yabashonayo kuvela izinsolo zokuthi usefuna ukuvuma icala. Lokhu ...
I-MAHINDRA South Africa isithathe elinye igxathu ekuzinzeni eNingizimu Afrika ngokusayina isivumelwano sokusebenzisana phakathi kwayo ne-Industrial Development Corporation (IDC) ngenhloso yokwenza ...
UKUQINISEKISA ukuthi izibhedlela zasemakhaya kazisaleli emuva ngezinga okulashwa ngalo iziguli, inkampani yezimayini, i-South32 Hillside Aluminium, isinikele ngemibhede ewu-56 yezingane ezigulayo ...
I wish I could see it again for the first time. Back at the hotel, we freshened up and embarked on a safari drive, led by Sikhulu Nkomo, who had also guided us at the falls. Wildlife tracking ...